🤩 Ngineminyaka engaphezu kwemine ngifundisa ulimi lwesiZulu
🤩 Ngiyakuthokezela ukufundisa
🤩 Ngithanda ukukulekela ekufundeni ulimi lwesiZulu olunothile
🤩 Bhukha ikilasi letrayela uzizwele 🙂
🌈 WALALA WASALA 😁
🔅 Funda isiZulu ngamazinga ehlukene
🔅 Qonda ulimi lwesiZulu
🔅 Uma ufundela isikole, uyasizakala
🔅 Uma ufundela ukuzithokozisa, uyasizakala
🔅 Uma ufundela ubumnandi noma uhambo thizeni, nakhona futhi uyasizakala
🔅 Luningi usizo ongaluthola 😁
🌈 Ngibhalele umlayezo noma ubhukhe ikilasi letrayela ukuze uzwe ukuthi ungasizala na 😊
🔅
🔥 Uzikhethela wena izinga ofuna ukufunda ngalo nomsebenzi ofuna ukuwenza
🔥 Amakilasi wonke ahamba ngendlela efanele wena futhi ozoyithokozela
🔥 Qiniseka ukuthi uzohlala unomsiza ozukuhlahlela indlela lapho udinga khona